ukwakhiwa kwemisho
Isifundo = IsiZulu ulimi lokuqala lokwengeza
Ibanga= 08
Ukusetshenziswa kolimi
Umbuzo 1
Lungisa imisho elandelayo izwakale kahle.
1.Umfana (-mi) uyakhwehlela kumele aye kudokotela.
2.Izingane (-bo) ziyadelela.
3.Ukuhlupheka (-khe) sekungcono.
4. Isihlobo (-kho) sifike ngebhasi.
5.Tshela umzala (-kho) ukuthi ufuna ukumbona.
6.Mina ngisebenza nomngani (-kho).
7.Abagibeli bathethisa umshayeli (-bo) ngoba ufike emva kwesikhathi.
8.Inkolo (-khe) iyamvumela ukuthi athathe isithembu.
9.Ubungane (-bo) buphelile.
10.Thengela ingane (-kho) izicathulo ezintsha.
Umbuzo 2
Yakha imisho emibili ngegama ngalinye kuvele incazelo eyahlukene.
1) Isonto
2) Izambane
3) Ilanga
4) Inyanga
5) Ithanga
Umsebenzi kulindeleke ukuba uthunyelwe nge-email:
MRS MKHIZE: nmkhize@alexigh.org.za
Ms FUNEKA: nfuneka@alexhigh.org.za
Ms DAMINI: bdlamini@alexhigh.org.za